(LYRICS) Miss Pru Dj – uHulumeni Ft Fakaloice, Blaq Diamond, Malome Vector & Manny Yack

Youtube downloader thumbnail
Youtube downloader thumbnail
(LYRICS) Miss Pru Dj – uHulumeni Ft Fakaloice, Blaq Diamond, Malome Vector & Manny Yack

Hit maker and award-winning female DJ, Miss Pru is passionate about seeing young people thriving, in her latest track, uHulumeni she features Ambitiouz Entertainment’s latest signees Manny Yack and Fakaloice who go in hard on the track.

Song by: Miss Pru
Featuring: Blaq Diamond, Malome Vector. Manny Yack and Fakaloice
Produced by: Ndu Browns
Published by: Ambitiouz Entertainment

Official Lyrics Below

(Chorus: Fakaloice)

Masingena enkundlen abafana bakhala ngoshwele
Bathi bayede
Sokhathama kuwe kuyoze kuvulwe amasango asephalamende
Yith’oHulumeni [x3]

(Verse1: Ndu)

Private client mang’se-bank
No credit card ng’deal(a) ngo-cash
On the highway nginyathela I-benz
Intombi yakh’umakhwapheni wami njenge- purse

iDiamane i-ghost wemadoda
Nasibuka nje siginq’amadoda
Ng’sakhula beng’lusa izimbuzi
Now I’m a GOAT wemadoda
Wenganami usushaywa I-mileage
i-hit lah kuwe isiyaba I-past tense
On the charts yithi es-cause i-damage
Umang’dlula bathi “ah gah demedi”

Masith’umuthi asish’i-codiene
Yithi abalaphi be-Covid(i)
Yithi omangen’uphenduk’imomishi
Oh abanyuse amasokisi
ngoba kuyacac’phumile efomini
S’the mas’dwadla sibathola belele
Kwaqhum’ushuni baze bacel’ushwele
Abangazi laba bezwa amahemhem

(Verse 2: Malome Vector)

Haba le bitsa le bitso laka ke kene ke matha
Ke kene ke matha e)
E chorile theko ea lerumo ke dutse ke hlaba(ke dutse ke hlaba e)
Hake fihla mo I dropped Dumelang and they need some more
It was a teaser though
ke malakabe kea chesa now
Kea chesa now
Ho nchansa ho tsoana leho becha lotto
You will never win ekaba ka phoso
Ke kene fela ba ikentse li bosso
Ke forexa game market u losso

[Chorus: Fakaloice]

Yith’oHulumeni [x8]

(Verse3: Manny Yack)

(Mengifika)
kuyonyiwa amacala uyobona isimanga
(Mengifika)
Bayophathwa amakhanda kubaleke amagwala
ngikhipha umlenze, ngiqgoke iskhindi
siyanibuka nje nishaya eceleni
le-game siythole iyitshitshi
bafana ni-weak
beningeke nilunge langphuma
and i-style senu siyafana i-uniform
sebengixina kakhulu, ngicima ifoni
uzong’ test kanjani uyisdomu
so ngiyekeleni ngiyekeleni
magwane mbulele, mbulele
ngyekeleni ngyekeleni
lento engiyiphethe ngayincel’ebeleni
Ma-comrade bopha
aint no lie
lana ngizele ukuzogoqa
Ngiphethe ithulszi
war ready ngiyisosha
iqembhu lakho silidlis’ okwe grosa
sesiphelile ke iskhath’ sabo takalani
mele ulale ejimini muzodlala nami
mele ugqhume, uphalaze, uphahle sani
hambo buza e-North Coast bazoktshela ngami, tshela ngami weh.

(Verse4: Danya)

Ngena e-suburbs ngathatha u-cheese girl ngamfaka iphinifa (Oh ah woooh)
Mase’ngperfoma ano ikhandlela i-flashlight aniboyicisha (Oh ah woooh)
Iphimbo lami selidinga ibudget selidinga ama-metre (Oh ah woooh)
Kwi Dumelang kwi Price to Pay beng’sa practice (Oh ah woooh)

Ow i-vocab ephuma klo mlomo imixture yeSibaya no Zalo
Mihla ngemihla i-drip yami iyaxoxa eyakho ikhiluma umsangano
Oh kunini besvalela imnyango thina we baze bashude
Ow kodwa saphuma kuvaliwe we njenge nyembezi zempumputhe

Khona abo obhuti engibazi ngedwa bathi lesound eyabo kwanjani njani
Mina ngisindwa indebe bona basindwa yi-pressure yedayimane
Khona abo obhuti engibazi ngedwa bathi le-sound eyabo kwanjani njani
Mina ngisindwa indebe bona basindwa yi-pressure yedayimane

(Bridge- Fakaloice)

Yith’ohulumeni [x8]

Masingen’enkundlen abafana bakhala ngoshwele
Bathi bayede
sokhathame kuwe kuyoze kuvulwe amasango asephalamende
Yith’ohulumeni [x11]

Similar Posts:

Author: Admin

Fakaza is a Zulu word that means various things such as testify, witness, prove, attest and so much more. Fakazagods.com is a South African music site that was founded in December 2019 following the growth of South African music worldwide. Fakazagods.com publishes latest urban releases from South African musicians across several genres for free download in mp3, mp4 including Hip Hop, Gqom, Amapiano, 2020 songs.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *